podcasts.eu.org

Ukhozi FM News Bulletins

by SABC News and Current Affairs · 132 episodes

News

Website ↗ More by author

Latest episodes

  1. 25 Nov 2015 06h00 am

    Iphalamende lizohlala izinsuku ezingeziwe ezimbili kulandela ukuthi amalungu enyunyani iNEHAWU ephinde aphazamisa ukusebenza kwephalamende. Izisebenzi ezitelekile ziphoqe ukuthi ku…

    6 min
  2. 24 Nov 2015 08h00 am

    Inyunyani iNEHAWU ifunge yagomela ukuthi izosiqinisa isiteleka sayo namhlanje. Lokhu kulandela ukufinyelela kwangqingetshe kwezingxoxo phakathi kwezikhulu zephalamende nalenyunyani…

    5 min
  3. 24 Nove 2015 07h00 am

    Kushone abantu abayisithupha kwalimala abayisishiyagalolunye kulandela ingozi ehlanganisa itekisi neveni eHectorspruit kuN4 eduze nasemgceleni eMpumalanga ongenela eMozambique. Abe…

    5 min
  4. 24 Nov 2015 06h00 am

    Umengameli Jacob Zuma uthi kunesidingo esikhulu sokuqinisekisa ukuthi umthelela weCOSATU awehli amandla ngenxa yokwehla kwamalungu ayo. Ubekhuluma engqungqutheleni yeCOSATU kazwelo…

    5 min
  5. 13 Nov 2015 07h00 am

    Isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa uvikele umengameli Jacob Zuma kulandela imibiko yokuthi umengameli wathi iANC ibaluleke ngaphezu kwalelizwe. Umengameli waphawula ng…

    5 min
  6. 13 Nov 2015 08h00 am

    U-Eskom unxuse inhlangano elawula ezamandla i-National Energy Regulator of South Africa ukuthi ivumele lesisikhondlakhondla sikwazi ukubuyisa u22.8 billion wamarandi wezindleko ola…

    5 min
  7. 13 Nov 2015 06h00 am

    Izisebenzi zasemayini ezaboshwa nezalimala eMarikana zifuna isekela likamengameli umnumzane Cyril Ramaphosa lixolise liphinde linxephezele bonke laba abathintekayo. Ummeli wabo uAn…

    5 min
  8. 12/11/2015 08h00 am

    5 min
  9. 12/11/2015 07h00 am

    Izakhamizi ezisezifundazweni ezisenyakatho zingalindela imvula kulelisonto elizayo. Kodwa lemvula izobe inganele ukuthi ingagcwalisa amadamu akuleli. Isangoma sezulu uKobus Cronje…

    4 min
  10. Ukhozi Bulletin 12/11/2015 06h00 am

    Inyuvesi yaseWestern Cape igxeke udlame lakamuva esikhungweni salenyuvesi eBellville njengoba abafundi ababhikishayo behlasele abanye abafundi, namaphoyisa baphinde balimaza nempah…

    4 min
  11. uKhozi FM Buletins

    U-Meng Jacob Zuma wemukele isicelo sikalowo owayelijaji elikhulu uSandile Ngcobo sokuba ahoxe ekubeni ngusihlalo wekhomishani yophenyo ngemihlomulo nezimo zokusebenzi ezisebenzini…

    6 min
  12. uKhozi FM 09H00

    Umkhandlu ongamele abafundi baseNyuvesi yaseStellensboch uthi isinqumo somkhandlu sokuphasisa izincomo ezenziwe ithimba elilwela ukutshintshwa kwemigomo yolimi kuyisinyathelo esiya…

    4 min
  13. uKhozi FM 07H00

    Inkampani yakwa Eskom ithi isiteleka esifufusayo ezimayini zamalahle ngeke siyiphazamise ekusebalaliseni amandla kagesi. Lenkampani ithi iziphehli mandla zayo zikagesi zinawo amala…

    4 min
  14. UKHOZI FM 18H00

    Uhulumeni ucabanga ukulidingida ngaphandle kwenkantolo udaba lwesinxephezelo salabo abadutshulwa eMarikana. Kwaboshwa izisebenzi zase-Mayini kwaphinde kwabulawa ezinye izisebenzi m…

    4 min
  15. Ukhozi FM 15H00

    Alinganiselwa emashumini amane amatekisi athathwe amaphoyisa erenki yamatekisi e-Centurion eNingizimu yePitoli. Amaphoyisa azama ukuletha uzinzo kulandela ukuqubuka kodlame phakath…

    5 min
  16. Ukhozi 12h00 PM

    maphoyisa ase Kurhuleni asethole izidumbu ezingu 5 eqeleni elivulekile eduuze kwasemayini yase Grootvlei e Springs e Gauteng ku East rand. Lezidumbu kukholakala ukuthiu ezingabamaq…

    3 min
  17. Ukhozi FM Bulletins 08h00

    Amaphoyisa asevule amacala amabili okuzama ukubulala, emva kokulimala kwezisebenzi ezimbili zenkontileka eyakha isiteshi sikagesi iMedupi eLephalale eLimpopo. Sekuthunyelwe amaphoy…

    7 min
  18. 1 June 2015 16h00

    5 min
  19. 1 June 2015 18h00

    5 min
  20. 1 June 2015 17h00

    5 min
Nothing playing
0:00 / 0:00